Nkombose Kababa (folklore plays)

(Xhosa)
ISBN: 9780195708585
Author: L. Molefe

Le ncwadi iqukethe izinganekwane ezimbalwa eziphuma emtatsheni wezinganekwane zom dabu ezazixoxelwa izingane kudalo. Lezi-ke zibhalwe zahlelwa zaba yidrama. Umbhali uzihlelele ukuba zidlaleke eshashalazini njengemidlalo enkundlanye. Lapho kulukhuni khona ukuba izehlalakalo ezithile zivele kumbe zidlalwe esiteji, umbhali usebenzise izwi lomlandi okunguye ocacisayo ngokwenzekayo kanye nebanga inganekwane leyo engumdlalo esikulo. Nokho yizinganekwane ezaziwayo zonke lezi, okusha yindlela ezihlelwe ngayo. Uma isizukulwane esikhona njengamanje singazimisela sizidlale lezi zinganekwane, amagugu esizwe esiMnyama angagcineka aze aficwe ngezinye izizukulwane eziningi
ezizayo. One-act plays based on folk-tales.

Out of Stock: Enquire

Additional information

Author/s

ISBN

9780195708585

Edition

000000

Pages

0

Language