Yiza Mntanami (novel)

ISBN: 9780195764888
Author: M.J. Mngadi

R275.95 (incl. VAT)

Inoveli Yiza mntanami isihlanganisa nomfundisi u-Irina Carey. Uhamba eshumayela kwababoshiwe. Ubakhombisa izandla zakhe ezazinomunwe owanqunwa ngesikhathi izixhwanguxhwangu zi- mdlwengula. Lesisehlakalo sabayimbangela yokumehlukanisa nomyeni wakhe uBill. ULungile omunye weziboshwa wathinteka kakhulu ngale sisenzo wathembisa ukuthi uma esephumile ejele uyomvakashela.

Emva kokuphuma ejele uhlangabezana nezinkinga ezingamvumeli ukuthi abe yindoda ethembekile. Omunye wezigelekeqe uZiziba wamcinelela ukuthi alandele iqembu labo lezigilamkhuba, bamesabisa ngokuthi uma engabalandeli bazombulala noma badalule wonke amacala akhe. Waba omunye wezimeneja eziphethe abadayisa ngomzimba. Kulo msebenzi yilapho asehlangana khona nendodakazi yakhe owayengayazi nhlobo.

Features

  • Unembeza wakhe wabuya wamhlanganisa no-Irina
  • Basebenzisana naye kakhulu, bashumayela kulo leli bhizinisi lokudayisa ngomzimba
  • Wagcina eseshada nomfundisikazi uCarey
  • Unembeza wakhe walokho umlahle njalo. Ingaba unembeza wani manje? Funda nayi inoveli uzokwazi kangcono.

Additional information

Author/s

ISBN

9780195764888

Edition

000000

Publication Date

16 Mar 2007

Format

Pages

0

Language